UTselane nezimuzimu | Nal'ibali
Home | Content | UTselane nezimuzimu

Written stories

UTselane nezimuzimu

Endulo ngesikhathi amazimuzimu esazula emhlabeni, nezinkukhu zisakhuluma,

kwakukhona owesifazane ompofu owayehlala nendodakazi yakhe uTselane endlini encane.

Njengoba wayengenaye umuntu ozombhekela uTselane,

lona wesifazane waphoqeleka ukuthi ashiye ingane yakhe yodwa ngesikhathi eyolima emasimini nsuku zonke…